Lanzhou - Kushone abantu ababili ngesikhathi udonga elungamamitha angu-20 phezu kwabantu abebehamba eceleni komgwaqo edolobheni laseChina iLanzhou.
Ukuwa kwalolu donga kuqopheke kwikhamera eqopha emgwaqweni abantu befahlazwa yilolu donga.
OLUNYE UDABA:Kuboshwe udokotela ngokufa kweziguli ezingu-7
Zibonele ivideo eqopheke ngesikhathi lesi sigameko esinyantisa igazi senzeka.
Isexwayiso uma unenhliziyo entengayo ungayibuki ngoba iyathusa.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho