Cape Town - Izakhamizi zifuna ukuziphindesela ngemuva kokuba kutholakale intombazanyana eneminyaka eyisikhombisa, abacabanga ukuthi idlwenguliwe, ilenga esihlahleni ngoLwesine.
Izakhamizi ebezidinwe zigane ziphume ngobuningi bazo zithungatha abasolwa, zabamba abalisa abathathu, zabathela ngenduku, zibasolw ngokuthumba, ukudlwengula kanye nokubulala, kusho amaphoyisa.
"Njenmgamanje ngisesibhedlela, lapho kuhlolwa khona isidumbu sengane, nokuyisibhedlela okungeniswe kusonabasolwa abathathu belimele, ngemuvva kokutitinywa umphakathi, kusho uShankar Das etshela abe-AFP.
"Isimo simanzonzo kule ndawo okwenzeke kuyona lesi sehlakalo,” kusho uDas.
Intombazanyana lena kubikwa ukuthi yanyamalala ngoLwesithathu.
UDas uthe okwamanje abakabi
nesiqiniseko sokuthi ngempela idlwenguliwe yini ingane. Balinde umbiko
wokuhlolwa kwesidumbu.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.