Sydney – Amaphoyisa ase-Australia abeshiye imoto yawo ingavaliwe athuke esebona umlisa nembazane eneminyaka engu-15 ubudaba sebetetemuka ngayo emgwaqeni, kusho umbiko ngoMgqibelo.
Umlisa oneminyaka engu-35 ubudala kanye nentombazane baboshwe eKalgoorlie eNtshanalanga yezwe lase-Australia bathweswa icala lokweba lokweba nokushayela budedengu.
I-ABC icaphune izikhulu zamaphoyisa zithi amaphoyisa abenake olimale endaweni yokucima ukoma ngesikhathi kuliwa ngesikhathi umsolwa ethatha imoto yamaphoyisa ebingakhiyiwe.