Share

Kubulawe imeya yasePhilippines nonogada bayo

Manila - Kudutshulwe kwabulawa imeya yedolobha ePhilippines kanye nonogada bayo ababili.

Lokhu kwenzeke esehlakalweni ekukholakala ukuthi sihlobene namaphekula angamakhomanisi, kusho amasosha namaphoyisa.

UCarlito Pentecostes Jr, oyiMeya yasedolobheni iGonzaga, esifundeni iCagayan, udutshulwe emcimbini obuhlelwe ngumasipala," kusho isikhulu samaphoyisa uChief Senior Superintendent Gregorio Lim.

"Ngemuva kokuculwa kweculo lesizwe, imeya bekulindeleke ukuthi yethule inkulumo yayo ngesikhathi kuqhamuka amadoda amabili afike avulela ngenhlamvu," kusho uLim.

Kubulawe nonogada ababilil bemeya, kusho isikhulu uMajor Emmanuel Garcia, ongumkhuzu wamasosha.

"Kube nokuqhuma kwezibhamu, abahlaseli bagcina becela ushwele. Kunezinsolo ezithi lokhu kuhlasela kuhlobene nokuqhutshwa komsebenzi wokumba ezimayini ngokungemthetho."



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 431 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 834 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.67
-0.2%
Rand - Euro
20.23
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.20
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
980.00
+0.4%
Palladium
1,035.50
+1.2%
Gold
2,381.31
-0.1%
Silver
28.16
-2.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE