Share

Kuduke izidakamizwa ekomkhulu lamaphoyisa

Paris - Izikhulu zaseFrance seziyalele ukuthi kuqalwe uphenyo kulandela ukuduka kwezidakamizwa zohlobo lwe-cocaine ezinesisindo esingu-50kg, neziduke ekomkhulu lamaphoyisa eParis.

Kuvele ngoLwesine ukuthi lezi zidakamizwa azisekho kule ndawo kwase kuqalwa uphenyo, kusho amaphoyisa.

Lezi zidakamizwa zazishaqwe ezindaweni ezehlukene ngoJulayi zase zibekwa egumbini elinezokuphepha eziqinile.

"Uma uphenyo luveza ukuthi kukhona ukwephulwa komthetho okwenzekile… kuzobe sekuthathwa izinyathelo ezinqala,” kusho amaphoyisa.

Ukuvela kwalolu daba sekuphoxe kakhulu amaphoyisa alwa nobugebengu eParis.

Leli komkhulu ladonsa amehlo omhlaba ngo-Ephreli ngesikhathi amaphoyisa amabili asebenza khona ebekwa icala lokudlwengula isivakashi sesifazane saseCanada.

Isisulu, 34, sithi sadlwengulelwa kuleli komkhulu ebusuku, ngemuva kokuhlangana nala maphoyisa endaweni yokucima ukoma.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 403 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 849 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.59
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
941.70
-0.9%
Palladium
1,022.50
-0.7%
Gold
2,394.95
+0.7%
Silver
28.74
+1.8%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE