Baghdad – Izikhulu zase-Iraqi zithi kudutshulwe ibhanoyi le-Emirati ngesikhathi lihlala esikhumulweni sezindiza eBaghdad.
Unogada kanye nesisebenzi sasesikhumulweni sezindiza bathi
inhlamvu yesibhamu ishaye ibhanoyi ngesikhathi lihlala phansi esikhumulweni
sezindiza, ngoMsombuluko ebusuku kodwa akulimalanga muntu.
Funda nalolu daba: Unqume ukuzishada yena obengamtholi umaqondana.
Akucaci kahle ukuthi ubani odubulile nokuthi ngabe lidutshulwe ngenhloso yini.
Izikhulu
zithi uphenyo luyaqhubeka.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.