Al-Qaeda, kusho imibiko yabezindaba.
Kwashona izindimbane zabantu ngesikhathi kwanda imikhuba yokuqhumisa ngamabhomu emadolobheni aseSaudi Arabia..
Abezindaba zeSabq, bathi bahlanu abanikwe isigwebo sentambo kwathi abanye abangu-37 banikwa iminyaka esukela kwemithathu iya kwengu-35.
Abamangalelwa balahlwe nayicala lokwakha itulo lokuqhumisa ngamabhomu enkambini yamasosha eseRiyadh.
Izehlakalo zango-2003, zaholela ekutheni kufunwe uthuli umsunguli we al-qaeda, u-Osama bin Laden, owagcina ebulawa ngamasosha aseMelika ngoMeyi ka-2011.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).