Diyarbakir – Owesilisa waseTurkey owaphoxa iflag lesizwe ugwetshwe iminyaka engu-13 nezinyanga ezingu-9 ngokubika kwemithombo yabezindaba.
Kubikwa ukuthi lo mlisa wathunaza isithunzi sezwe ngesikhathi kunombhikiso lapho agibela phezulu lapho kwakunenkambi yamasosha wafika wehlisa iflag lesizwe elabe liphebezela phezulu.
UMshushisi watshela inkantolo ukuthi i-flag lesizwe yinto ehlonishwayo ikakhulukazi uma iphebezela ezindaweni zikahulumeni.