Share

Kumisiswe ukuthungathwa kwendiza yaseMalaysia

Kuala Lumpur - Kumisiwe ngoLwesibili ukuthungathwa kwendiza yeMalaysia Airlines Flight MH370 ngenxa yesishingishane, kusho izikhulu.

Ayishumi amabhanoyi amasosha ebekuhlelwe ukuba alibhekise e-Indian Ocean, andizele ngakhona ngethemba lokhu angase abone okungaholela ekutheni kutholakale iBoeing 777, okuyibhanoyi elanyamalala ngoMashi 8 lithwele abantu abangu-239.

"Kumisiwe ukuthungatha ngezindiza okwamanje ngenxa yeziso sezulu esingesihle njengoba kuhlasele isishingishane iTropical Cyclone Jack kuleya ndawo," kusho iJoint Agency Coordination Centre, eqhube ngokuthi imikhumbi eyishumi esolwandle yona izoqhubeka nokuthungatha.

"Kubonakele ukuthi isimo sezulu esingesihle senza kungabonakali kahle emanzini uma uphezulu kanti namagagasi nawo makhulu, nokuyinto ezokwenza kube yingozi ukuthungatha ngamabhanoyi."

Izwe lase-Australia yilona elihamba phambili ekuthungatheni ibhanoyi elalisuka eKuala Lumpur liya eBeijing, ekukholakala ukuthi laphahlazeka olwandle i-Indian Ocean.

Kuze kube manje akukatholakali ngisho ucwezu lwale ndiza.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 962 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE