Share

Kunosizo olukhulu ukusoka - Umbiko

Melbourne - Umkhankaso wokugqugquzela abantu besilisa ekutheni basoke ukuze bagweme ukubhebhethekisa ingculazi baphinde bavikele abesifazane ekutheni basuleleke ngalo bhubhane, uyasiza kakhulu ngokusho kocwaningo ngoLwesihlanu.

Ukulinganisa ngeNingizimu Afrika, lapho iningi lamadoda lisokile, liphansi ngo-15% izinga labesifazane abasengozini yokutheleleka nge-HIV uma liqhathaniswa nabantu besifazane abalala namadoda angasokile, kusho umbiko.

"Lincane kakhulu izinga lokuvikelela okwamanje, kepha yisiqalo lesi,” kusho umcwaningi uKevin Jean weNational Agency for AIDS Research (ANRS), eFrance.

Lolu cwaningo lwethulwe osukwini lokugcina lwenkomfa yengculazi ebibanjelwe eMelbourne.

IWorld Health Organisation (WHO) iphakamisa ukuthi abantu besilisa bayisukumele phezulu indaba yokusoka, ikakhulukazi emazweni ase-Afrka abhuqwa yilo bhedukane.

Umbiko lo uqhuba ngokuthi kunobufakazi bokuthi liyehla izinga lokusulelana ngalesi sifo uma abesilisa abazibandakanya ocansini besokile.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 429 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 912 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE