Mexico City -Iziphathimandla edolobheni elisogwini lwaseGuld eVeracruz zithe indiza enophephela emhlane iphahlazeke kwashona abantu ababili abebephakathi kuyona.
Ihhovisi lombutho wezokuvikela eMexico lithe ngoLwesibili indiza iBell 430 iphahlazeke endaweni yasemakhaya engugwadule.
OLUNYE UDABA: Buka umfanyana ejabulela ukuthi umama wakhe ukhulelwe
Kule ngozi okugqmuke ilangabi kuyona akuzulimalanga muntu ngaphandle kokushona komshayeli wayo nabehamba naye.
Uhulumeni waseMexico uthe imbangela yale ngozi ibingakaziwa kodwa uphenyo luyaqhubeka.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho