Share

Kuphenywa ngokutholakala kwezidumbu zezingane

Ottawa -  Kutholwe izidumbu zezingane encane ezine endaweni yokugcina izimpahla entshonalanga yedolobha laseCanada iWinnipeg  ngokusho kwamaphoyisa. 

Amaphoyisa athe athole lezi zidumbu ngoLwesibili kanti aseqalile ukupheka abantu abambalwa ngemibuzo njengengxenye yokuqala kophenyo. 

“Kusenesikhathi ukusho ukuthi ziqhamukaphi lezi zidumbu futhi zifike kanjani kule ndawo, “ kusho uConstable Eric Hofley kwingqungquthela yabezindaba.

OLUNYE UDABA:Kutholakale izidumbu ngasemfuleni

Uqhube wathi lesi yisigameko esikhombisa isihluku esingachazeki. Uthe ubengakezwa lutho ngokunyamalala kwezingane kuleli dolobha.  

Uthe leli yicala elibi kakhulu njengoba kungekho emthethweni ukugcina izidumbu endaweni yokugcina izimpahla. 

Ngokombiko kuthi lezi zidumbu zezingane zitholwe izisebenzi zangaphakathi kule ndawo egcina izimpahla ngoMsombuluko ntambama.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 488 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 517 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE