Share

Kushone-18 kuhlaselwa ePhilippine

Manila – Amasosha amaSulumane ePhilippine abulale abantu abangu-18 ngoMsombuluko esehlakalweni sokuziphindiselela  kulabo abeseka imizamo kahulumeni yokudala uzinzo kuleliya lizwe.

Iningi labantu abasePhilippine bangamaKhatholika kodwa izindawo eziseziqhingini eningizimu, zigcwele iningi lamaSulumane kanti sekuphele iminyaka uhulumeni  ezama ukulwisana namavukelambuso awo ngenhloso yokubuyisela izindawo ngaphansi kwakhe.

Nakuba uhulumeni efinyelele esivumelwaneni soxolo neqembu elikhulu lamavukelambuso amaSulumane, iqembu i-Abu Sayyaf lona lisalwa.

Alinganiselwa ku-50 amalungu e-Abu Sayyaf ahlasele izimoto ebeziyisa abantu emgubhweni i-Eid al-Fitr ngaphandle kwedolobha laseTalipao, eJolo island, kusho uBrigadier-General Martin Pinto etshela izintatheli.

Bangu-18 abantu ababulewe, iningi labo bekungabesifazane, kwalimala abangu-11, iningi labo obekuyizingane.

Amasosha asathungatha oshayasibhamu, kusho uPinto.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 938 votes
No! It's time to move on ...
33% - 455 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.12
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.29
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.90
-0.3%
Palladium
960.50
-3.0%
Gold
2,338.19
+0.3%
Silver
27.27
-0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE