Kabul - Kushone okungenani abantu abangu-24 engozini ngesikhathi ibhasi abebehamba ngalo litholana phezulu neloli entshonalanga ne-Afghanistan, kusho amaphoyisa.
"Lesi sigameko senzeke ekuseni ngeSonto emgaqweni omkhulu ophakathi kwaseHerat nase-Islam Qala," kusho u-Abdul Raouf Ahmadi, okhulumela amaphoyisa aseHerat.
Usole ubudedengu babashayeli bobabili.
“Kube khona ubudedengu ebashayelini,” esho.
Ukushayela kabi nemigwaqo engekho ezingeni yikho ukuvamise ukudala izingozi zomgwaqo e-Afghanistan.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.