Share

Kushone abangu-24 ibhasi liwela emfuleni

Kathmandu – Babalelwa ku-24 abantu okusolakala ukuthi bashonile engozini yebhasi ewele emfuleni entshonalanga yeNepal njengoba kusathungathwa izidumbu zabo ngokusho kwamaphoyisa.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uSher Bahadur Chaudhary  uthe leli bhasi belithwele abantu abangu-45 ngesikhathi liphuma emgwaqweni osentabeni liwela emfuleni eJajarkot.

“Okwamanje sisola ukuthi bayingxenye yabantu abashonile kule ngozi eyenzeke ngoLwesine,” echaza. 

OLUNYE UDABA: Kushone 18 kweyebhasi, izimoto neloli

Uqhube wathi abatakuli basakwazi ukuthola izidumbu ezinhlanu okuhlanganisa nalezi zezingane.

Kuthiwa abalimele baphuthunyiswe esibhedlela esiseduzane ukuze bathole ukwelashwwa.

Omunye umbiko uveza ukuthi kungenzeka ukuthi leli bhasi belilayishe ngokweqile kunesibalo eskumele isithathwale.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 42 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 45 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.3%
Rand - Pound
23.78
-0.3%
Rand - Euro
20.52
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
921.20
-1.0%
Palladium
1,002.00
-1.3%
Gold
2,298.56
-1.2%
Silver
26.81
-1.4%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,658
+0.2%
All Share
73,613
+0.1%
Resource 10
58,970
-3.2%
Industrial 25
102,522
+1.5%
Financial 15
15,790
+1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE