Share

Kuthungathwa ingane eyeqiswe umama wayo esibhedlela

London – Amaphoyisa aseBrithani nawaseFrance aqalise uphenyo olunzulu ngoLwesihlanu ngemizamo yokuthola umfanyana ogula kakhulu othathwe ngabazali bakhe esibhedlela, kuthiwa uma engatholakali ngokushesha angase ashone.

U-Ashya King, 5, onesimila engqondweni, ukhishwe ngumama wakhe esibhedlela iSouthampton General Hospital eNgilandi, ngoLwesine ntambama ngemuva kwesikhashana baya eFrance ngomkhumbi.

"Uma singamtholi umfana namhlanje impilo yakhe ingase ibe sengcupheni," kusho uDetective Superintendent Dick Pearson.

"Ubethola ukwelashwa okunzulu esibhedlela ngemuva kokuhlinzwa kwakhe nezinkinga anazo,” kusho amaphoyisa.

Amaphoyisa athe umndeni womfana ubuhamba ngemoto ensundu yohlobo lweHyundai, kanti kungenzeka ukuba u-Ashya bebemfake kwi-wheelchair.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).  

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
34% - 265 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
66% - 525 votes
Vote
Rand - Dollar
19.18
-0.1%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
945.80
-0.5%
Palladium
1,014.50
-1.5%
Gold
2,384.14
+0.2%
Silver
28.34
+0.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,843
-0.5%
All Share
72,887
-0.5%
Resource 10
63,141
-0.3%
Industrial 25
97,689
-0.7%
Financial 15
15,426
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE