Share

Kuthungathwa ohlasele emahhovisi kahulumeni

Ashburton - Amaphoyisa aseNew Zealand aqalise ukuthungatha umlisa ngoMsombuluko kulandela isehlakalo sokudutshulwa kubulawe abantu ababili kanye noyodwa odutshulwe walimala emahhovisi kahulumeni, kusho amaphoyisa.

Umlisa obezifihlile ubuso, ephethe isibhamu, ungene emahhovisi eWork and Income edolobheni lase-Ashburton, okuyindawo engamakhilomitha angu-75 ukusuka eChristchurch, wafike wavulela ngenhlamvu ngaphambi kokuba abaleke, kusho imibiko icaphuna amaphoyisa.

Amaphoyisa agasele emzini ose-Ashburton ngemuva kwesehlakalo, athi efuna umlisa okuthiwa ngu-John Tully,kubike iphephandaba.

Izakhamuzi zitshelwe ukuthi ziphume ezindlini uma kunesidingo kuphela, futhi zazise amaphoyisa uma kukhona ezikusolayo, kubike iNew Zealand Herald.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 181 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 383 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
-0.1%
Rand - Pound
23.87
-0.2%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
947.10
-0.4%
Palladium
1,019.00
-1.0%
Gold
2,385.47
+0.3%
Silver
28.39
+0.6%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,783
-0.6%
All Share
72,841
-0.6%
Resource 10
63,231
-0.1%
Industrial 25
97,690
-0.7%
Financial 15
15,361
-0.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE