Share

Kuvalwe uFacebook wobephilela ukugxeka

Kualar Lampur - UMnyango wezokuXhumana eMalaysia, usucele ukuthi kuvalwe thaqa ikhasi leFacebook elisetshenziswa ngumbhali ekuthiwa uhlala njalo egxeka uhulumeni nezikhulu eziphezulu.

UMohamed Sharil Tarmizi, onguSihlalo weMalaysian Communications and Multimedia Commission (MCMC), ukhulume wagxeka imibhalo ka-Alvin Tan.

"Sesifake isikhalazo ngalokhu akubhala kuFacebook, sicele nokuthi livalwe ikhasi lakhe njengoba sekucacile ukuthi uwusebenzisela izinhloso ezingezinhle," kusho isitatimende ngoLwesithathu.

Bheka lolu daba: :Lisuse umsindo ikhasi leFacebook

UTan, 26, nentombi yakhe, 25, babekwe amacala okusabalalisa izithombe zocansi, bafaka nesinye esijivaza umgubho weRamadan, befake isidlo esiyinyama yengulube.

Ekhasi lakhe leFacebook ugxeka abaholi abaphezulu abahlanganisa noNdunankulu uNajib Razak, isikhulu samaphoyia uChief Khalid Abu Bakar kanjalo noNgqongqoshe woMnyangp wezaseKhaya u-Ahmad Zahid Hamidi.

UTan, ungaphandle ngebheyili, ephuma ejele wabalekela eMelika.


  – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 803 votes
No! It's time to move on ...
33% - 404 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
+0.2%
Rand - Pound
23.75
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
924.60
-0.1%
Palladium
981.50
-0.9%
Gold
2,346.01
+0.6%
Silver
27.60
+0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,199
+1.1%
All Share
75,139
+1.1%
Resource 10
62,852
+1.2%
Industrial 25
103,954
+1.4%
Financial 15
15,896
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE