Share

Lichithiwe elabathwala 'inkomo' kaMary

Barcelona – Inkantolo yaseSpain ichithe icala ebelifakwe ngabameli benkolo yobuKistu abazibiza ngeSpanish Association of Christian Lawyers lababhikishi abagcwala izitaladi  bephethe isichuse sesitho sangasese sikamama kaJesu uMary.

Kubikwa ukuthi leli cala lichithwe ngemuva kiokuba abamangali behlukile ukukhomba ababhikishi ababephethe lesi sichuse esasusa umsindo kuleli lizwe.

Ngokombiko lweThe Olive Press lesi sichuse esikhulu sazungeziswa maphakathi nedolobha iMalaga nokuyisona sizathu esaholela ekutheni laba bameli bavule icala.

Ngokomthetho waseSpain:

OLUNYE UDABA: Ushonile owashiswa kugcinwa inkolo 'yobuSathane'

“Labo abatholwa benecala lokuchwensa amalungu anoma iyiphi inkolo noma ngayiphi indlela bazogwetshwa izinyanga ezisukela kwezingu-8 kuya kwezingu-12 bebhadla ejele.”

Nakuba ijaji lithole lesi senzo kungesidelela kakhulu inkolo yobiKristu kodwa liphoqeleke ukuthi ilichithe leli cala ngenxa yokuthi abamangali bahlulekile ukukhomba ababethwele lesi sichuse sesitho sangasese.  

Ngokombiko lo mbhikisho wenzeka ngomhlaka 8 kuMashi ngosuku lokugubha usuku olubizwa nge-International Women’s Day.

Ngalolu suku ababhikishi baphinde bathwala ibhokisi bezwakalisa ulaka lwabo ngabakubiza ngokufa kwamalungelo ezisebenzi.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
28% - 19 votes
No, I can't stand canned foods
72% - 48 votes
Vote
Rand - Dollar
18.54
-0.1%
Rand - Pound
23.15
+0.0%
Rand - Euro
19.91
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
979.60
+0.0%
Palladium
977.25
+0.3%
Gold
2,318.29
+0.2%
Silver
27.39
+0.5%
Brent Crude
83.16
-0.2%
Top 40
70,790
+0.2%
All Share
76,929
+0.2%
Resource 10
61,038
-0.6%
Industrial 25
107,159
+0.1%
Financial 15
16,711
+0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE