Share

Lushonile usana olulunywe amagundane esibhedlela

New Delhi – Usana olusanda kuzalwa lushonile ngemuva kokulunywa amagundane esibhedlela sikahulumeni eNdiya lapho belulashelwa khona, kusho umama walo ngoLwesine.

Kumiswe izisebenzi zempilo ezintathu kulandela lesi sigameko esenzeke eGuntur Government Hospital, e-Andhra Pradesh, lapho bekulashelwa khona lolu sana olunezinsuku eziyishumi luzelwe.

Umama uChavali Lakshmi uthe ubikele amanesi ngemuva kokubona ukuthi usana lwakhe ludliwe iminwe kulesi sibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kushone ingane inqola yayo ingena kujantshi

"Ingane yethu bekumele ihlinzwe ngesikhathi sibonaukuthi ilimele esandleni sokudla. Kube sekusicacela ukuthi idliwe amagundane,” kusho uLakshumi etshela izintatheli.

Inhloko yase-Andhra Pradesh , uN Chandrababu Naidu, uthe bamise izisebenzi ezintathu kulandela lesi sigameko.

"Sishaqekile kakhulu ngalesi sigameko sokushona kwengane yomfana ngenxa yokulunywa amagundane isesibhedlela,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 474 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1036 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE