Share

'Ngavuka esibhedlela bungasekho ubuntu bami'

Alabama - UJohnny Lee Banks Jr, 56, wase-Alabama uthi wavuka esibhedlela ubuntu bakhe bungasekho ngemuva kokuba eye esibhedlela eyosoka, kubike iSowetanlive ngoMsombuluko.

UBanks akazange achazelwe ukuthi bunqunyelweni ubuntu bakhe kanti nodokotela abamsika abazange babike monakalo ngaphambi kokuba anqunywe, ngokusho kwamaphepha afakwe enkantolo.

"Ngesikhathi ephaphama ngemuva kokuyosoka esibhedlela, wavuka ubuntu bakhe bungasekho,” ngokusho kwamaphepha awafake enkantolo.

Uthi akazange anikwe isizathu ngokushumpulwa kobuntu bakhe,” ngokusho kwe-Gawker.com.

"Ikhasimende lami licasukile,” kusho ummeli kaBanks uJohn Graves.

UBanks, oshadelwe kodwa futhi ongasebenzi ngenxa yokukhubazeka anakho, akasalukhumbuli usuku okwenzeka ngakho lokhu kodwa ukholelwa ukuthi kwakunguJuni, kusho ummeli wakhe.

Okhulumela isibhedlela uthe izinsolo zikaBanks aziqinile. 

"Sizimisele ngokuzivikela enkantolo,” kusho uKate DeWitt Darden, okhulumela iBaptist Health System.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 399 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 568 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE