Share

Sebezophatha izibhamu othisha ezikoleni

Islamabad -  Othisha basePakistan banikezwe imvume yokuba baqeqeshelwe ukusebenzisa izibhamu kanti bazovunyelwa nokuziphatha emakilasini ngenhloso yokuqinisa ezokuphepha kulandela ukuhlaselwa kwezikole ngenyanga eyedlule.

Izihonga zabulala abantu abangu-150 kanti abangu-132 kubo yizingane ngomhlaka-16 Disemba esikoleni esisePeshawar edolobhebni lasePakistan.

"Ukuphatha izibhamu kothisha akusiyo impoqo kodwa bonke labo abafuna ukuziphatha esikoleni bazonikezwa imvume," kusho uNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni saseKhyber Pakhtunkhwa u-Atif Khan etshela abezindaba ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA: Kubulawe 92 kuhlaselwa eNigeria

UNgqongqoshe wezoLwazi uMushtaq Ghani usiqinisekisile lesi sinqumo wanezezela ngokuthi isifunda asikwazanga ukutshala amaphoyisa kuzo zonke izikole zikahulumeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                               

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 416 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 869 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.59
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
942.60
-0.8%
Palladium
1,032.00
+0.2%
Gold
2,388.05
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE