Share

Sesimi ku-126 esabashone kugasela iTaliban

Peshawar – Kushone abantu abangu-126 kwathi inqwaba yalimala zalimala ngesikhathi oshayasibhamu beTaliban begasela bethumba amakhulu abafundi nothisha esikoleni.

Lesi sigameko senzeke ePeshawar, ePakistan, kusho izikhulu.

ISky News ibike ukuthi kubulawe okungenani abantu abangu-112 kulesi sigameko, kanti lesi sibalo singase sikhuphuke.

OLUNYE UDABA: Ibhomu libulale 7 ePakistan

ILady Reading Hospital, esePeshawar, ithe isibhedlela sesamukele isibalo esithile sezidumbu zabafundi kanti kumanje selapha abafundi abangu-28 nothisha besilisa ababili.

Abantu abaningi abalimele ngabafundi.

"Abaningi kumele bahlinzwe ngenxa yokuthi isimo sabo sibucayi kakhulu,” kusho isikhulu sesibhedlela u-Ejaz Khan.

Izikhulu zombutho wezempi zithi oshayasibhamu abayisithupha bagasele kulesi sikole esingaphansi kwalo mbutho bavimbezela abafundi ababalelwa ku-500 nothisha babo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1042 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1119 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.95
+0.0%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
910.10
-0.2%
Palladium
996.50
-0.9%
Gold
2,313.22
-0.1%
Silver
27.07
-0.3%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE