Washington - Owesifazane obevota eceleni kukaMengameli waseMelika uBarack Obama, uthi usale emangazekile ngesikhathi isoka lakhe liphaphela umengameli.
Isoka lidlule eduze kuka-Obama lathi: "Ungayithinti intombi yami", lisho sakuncokola likhomba umengameli.
Abezindaba ze-CNN babe sebekhuluma no-Aia Cooper, bembuza ukuthi ngabe bekuyini inhloso yesoka lakhe uMike Jones.
"Ungimangazile, uwuhlobo lomuntu ovele akuphoxe ngaphandle kwesizathu," kusho uCooper ephawula ngoJones.
Ngemuva komyalelo kaJones, u-Obama usale wakhuluma nentombi wayitshela ukuthi uzoyinika into ezokwenza uJones akhulume kuze kuse emnyango, washo wase emanga
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).