Share

U-ice cream wandisa amathuba omntwana onempilo

New York – Abaningi babuka u-ice cream njengo ncamnce ongenampilo kodwa ucwaningo lwakamuva seluveze ukuthi ukuwudla kakhulu kwandisa amathuba okuthola umntwana. 

Ucwaningo lwakamuva luthola ukuthi ukudla kakhulu ukudla okunobisi kwandisa amathuba okuthola umntwana onempilo. 

Umbiko we-Timeslive ocashunwe kwiDaily Telegraph uveze ukuthi abesifazane abangu-35 abebengaphansi kohlelo lwe-IVF esibhedlela sokuhlela abantwana iMassachusetts General babuzwe ngohlobo lokudla abakuthandayo nabakudlayo mihla namalanga.

OLUNYE UDABA: Kuthiwa lumnandi uthando uma kungenazingane

Ucwaningo luthole ukuthi abesifazane abadla kakhulu u-ice cream, ubisi, ukhilimu  noshizi basemathubeni amahle okuthola umntwana onempilo.  

Obehola lolu cwaningo uDkt Jodge Chavarro walesi sibhedlela uthe ubisi lwezinkomo lubalulekile futhi luyasiza ukulungisa isibeletho sowesifazane.

“Sithole ukuthi abesifazane abadla kakhulu lolu hlobo lokudla basemathubeni amahle okuthola umntwana onempilo,” echaza.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     -  Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 421 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 894 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE