Seymour - Umfundisi uGaylard Williams, 58, webandla iPraise Cathedral Church of God, eSeymour, uboshiwe ngemuva kokubamba apitshize amazambane enye indoda.
Ngokusho kwabezindaba zeWLKY, ummangali utshele amaphoyisa ukuthi umfundisi umpitshize amazambane, wamtshela ukuthi akagile imikhuba yocansi.
Abezindaba zeDaily Beast bathi ummangali uzame ukutshela umfundisi ukuthi akatabanile, umfundisi waphikelela wathi akamncele ubuntu.
Ngokusho kwamaphoyisa, umfundisi ucele empunzini ngesikhathi ummangali ezenza odonsa isibhamu.
Kuthiwa uWilliams uhlala njalo eshumayela egxeka izitabani.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.