Share

Ufake isehlukaniso obehlulwa wucansi nomkakhe

New Delhi – Owesilisa waseNdiya uvunyelwe ukuba afake isehlukaniso nonkosikazi wakhe ngenxa yokuthi usehlulekile ukubekezelela ucansi oluhambisana nesihluku emshadweni wakhe, kusho umbiko ngoMsombuluko.

Le ndoda yafaka amaphepha esehlukaniso enkantolo eseMumbai ngoJanuwari, ikhala ngokuthi unkosikazi wayo “uba nesihluku uma benza ucansi” kanti kwesinye isikhathi ulufuna ngodli ucansi kusukela bashada ngo-Ephreli 2012, kusho umbiko weDeccan Chronicle.

Ijaji linqume ukuthi lo mshado uphele ngenxa yokuthi unkosikazi wehlulekile ukufika enkantolo njengokomyalelo.

Indoda ithi unkosikazi wayeyiphoqa ukuba iphuze umvusankunzi neminye imithi yokuhlezi ilangazelela ucansi.

Le ndoda ithi yake yalaliswa ngisho esibhedlela ngenxa yocansi olumadlakadlala eyayilwenza nonkosikazi.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1060 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE