London - Indoda ebifuna ukukhuliselwa induku ngamanani aphansi ithole isifundo esibalulekile ngesikhathi izijova ngomjovo ogcwele uVaselina.
Ngokusho kwabezindaba i-UK's Metro, indoda ogama layo nguSzilveszter izikhulisele induku isizwa ngumngani wayo besebenzisa uvaselina nenaliti.
Ngakhuluma nomngani wami ngathi: "Ngicabanga ukuncipha kancane emzimbeni ngoba induku yami incane, wangitshela ukuthi asikho isidingo sokuthi nginciphe, engangisiza."
Ekuqaleni konke kwahamba kahle kodwa inkinga ukuthi umzimba awuwuthandi uvaselina, okwadala inkinga.
OLUNYE UDABA: Isivaliwe eyokulala nezilwane eDenmark
Induku kaSzilveszter yasala ingenasikhumba njengoBanana ohlutshiwe, umzimba ukhipha okubona ukuthi kungukuncola.
"Lokhu kwakuyiphutha elikhulu engalenza empilweni yami yonke ngoba angisaziboni njengendoda ephelele," etsdhela abesiteshi sakumabonakude i-TLC i-Extreme Beauty Diasters ku-DSTV.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho