Share

Ugasele esikoleni wagwaza 9 kwashona 3

Beijing – Owesiliswe ungene ngendluzula esikoleni samabanga aphansi maphakathi neChina wagwaza abantu abangu-9 okuhlanganisa nokubulala abathathu. 

Ngokubika kwe-eNCA lona wesilisa ugasele kulesi sikole engadle zinkobe zamuntu ephethe ummese ngoMsombuluko.

Akucacanga ukuthi bangaki kulabo abalimazile obekungabantwana besikole.

Umthombo wezindaba waseChina iXinhua ubike ukuthi besingakatholakali isizathu esiholele ekutheni lona wesilisa agile lo mshompi.

Seziningi izigameko zokuhlasela izikole esezibikiwe eChina kule minyaka eyedlule.

Lokhu sekudale ukuthi umaphakathi waseChina uphakamise ukuthi kuqiniswe ezokuphepha ezikoleni.

Iningi labazali eChina baba nengane eyodwa ngenxa yesibalo esiphezulu sabantu abaphila kuleli lizwe.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke eShiyane esufundazweni iHubei.

Uhulumeni noMnyango wezeMfundo kuleli lizwe ubungaphawuli ngalesi sigameko.


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 400 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 826 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.2%
Rand - Pound
23.70
+0.5%
Rand - Euro
20.36
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
944.30
-0.6%
Palladium
1,026.00
-0.3%
Gold
2,395.13
+0.7%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE