Washington/Kansas City – Uphenyo lwaseMelika luthole ukuthi uhlelo lokusebenza kwamaphoyisa olucheme ngokwebala yilona oludale isimo esingesihle eFerguson, eMissouri.
Kodwa kulolu phenyo kuvele ukuthi limsulwa iphoyisa lebala elimhlophe eladubula labulala ibhungu lomuntu omnyama kuleya ndawo, kusho ummeli uGeneral Eric Holder ngoLwesithathu.
Funda nalolu daba: Iziboshwa zifakelwe omabonakude emajele.