Share

Ukhale wemuka nesicoco sokuba nezinqa ezinhle

Madrid - Isiphalaphala esingu-Indianara Carvalho, sikhale semuka nesicoco sokuba ngowesifazane onezinqa ezinhle kunabo bonke eBrazil.

UCarvalho, 27, uphume ehleka yedwa emncintiswaneni iMiss Bumbum Beauty Pageant 2014.

Lo nobuhle ubebekwe nodudula, abaphenduka izinsizwa zisale zidunyelwa amakhanda, kunxaphe izintokazi, kusho abezindaba zeHuffington Post.


Isicoco sihamba nomhlomulo ka-R242 000.

Funda nalolu daba: URiri ufequze egqoke emvea ubuyena

UCarvalho wamukele isicoco wathi: "Bengingazitsheli ukuthi ngzowina, kodwa ngijabule kakhulu ngizizwa ngihloniphekile." 

UDai Macedo owanqoba ngonyaka owedlule, wakhuluma wathi wadela konke ezimisele ngokuthatha isicoco.

"Ngangijima, ngingasadli noma yini ngingasayi nasezindaweni zokuzijabulisa ngigaqele isicoco." 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 771 votes
No! It's time to move on ...
34% - 389 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+0.2%
Rand - Pound
23.76
+0.2%
Rand - Euro
20.38
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.7%
Platinum
924.80
-0.1%
Palladium
984.00
-0.7%
Gold
2,350.40
+0.8%
Silver
27.66
+0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,048
+0.9%
All Share
74,973
+0.9%
Resource 10
62,935
+1.3%
Industrial 25
103,543
+1.0%
Financial 15
15,852
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE