Beijing - Isihlabani samafilimi ocansi sesikhokhelwe imali elinganiselwa ku-$8 million ngusomabhizinisi waseChina osinike inkontileka yeminyaka engu-15 yokuba azitike ngomzimba waso omuhle.
Isihlabani samafilimu ocansi eJapan, uRola Misaki, odume ngelikaTakizawa Rola, usanda kunikezwa inkontileka eyisimanga.
Funda nalolu daba: Unesi ulahlwe yicala lokubulala iziguli
Usomabhizinisi waseChina unikeze lesi sihlabani esineminyaka engu-22 ubudala inkontileka yeminyaka engu-15, kanti lesi sihlabani sizophinde senze nomsebenzi wePA kalo somabhizinisi.
Kuthiwa laba babonakale behamba bebambene ngezandla emcimbini obuseBeijing, isoka lalesi sihlabani belikhona nalo kodwa lizifihle ubuso njengoba lingafuni ukwaziwa.
URola Misaki waqala ukubonakala emafilimini ocansi ngo-2012 eneminyaka engu-19 ubudala, kubika iNigeriana.org.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.