Share

Ulengisiwe owabulala 'owayezama ukudlwengula'

Tehran – I-Iran isilengise owesifazane owalahlwa yicala lokubulala indoda eyayizama ukumdlwengula.

I-IRNA News Agency ithi uReyhaneh Jabbari ulengiswe ezintatha ngoMgqibelo ngemuva kokulahlwa yicala lokubulala ehlelile.

Inkantolo kuthiwa yayichitha indaba yokuthi uJabbari wabulala le ndoda ngoba nakhu yazama ukumdlwengula.

Inkantolo iqhube ngokuthi ubufakazi obulethwe ngaphambi kwayo butshengisa ukuthi uJabbari wahlela ukubulala uMorteza Abdolali Sarbandi, owayesebenza kwezobunhloli.

OLUNYE UDABA: Unikezwe isigwebo sentambo umbulali e-Iran

Isinqumo senkantolo sathi uJabbari, 27, wagwaza wabulala uSarbandi ngo-2007 ngemuva kokuthenga ummese ezinsukwini ezimbili ezandulela isigameko.

I-Amnesty International nezinye izinhlangano zamalungelo abantu bezilokhu zinxuse njalo ukuthi uJabbari angabulawa.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 359 votes
No! It's time to move on ...
35% - 197 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.74
+0.9%
Rand - Euro
20.38
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.37
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
909.00
-0.4%
Palladium
985.50
-1.9%
Gold
2,320.40
+0.2%
Silver
27.21
+0.2%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
67,907
-1.0%
All Share
73,854
-0.9%
Resource 10
61,010
+0.9%
Industrial 25
101,990
-1.9%
Financial 15
15,787
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE