Bangkok – Kuqopheke umlando ngesikhathi amadoda amathathu ebopha ifindo likasofa silahlane eThailand nokwenze kwaba wumshado wokuqalala walolu hlobo emhlabeni jikelele.
La madoda abeshadana uJoke oneminyaka engu-29 ubudala uBell onengu-21 ubudala no-Arts onengu-26 ubudala ashede ngosuku lwezithandani emcimbini obubanjelwe emzini wabo esifundazweni sase-Uthai Thani.
La madoda aphenduke izilomo ezinkundleni zokuxhumana ngemuva kokushadana kwawo kulo mcimbi obusezingeni eliphezulu ngokubika kweSowetanlive.