Share

Umqashi usolwa ngokushumpula isisebenzi ingalo

New Delhi – Izikhulu zaseNdiya sezicele ukuba iSaudi Arabia ithathele umqashi izinyathelo ezinqala kulandela izinsolo zokuthi ushumpule isisebenzi sasendlini, esidabuka eNdiya, ingalo.

“Sishaqeke kakhulu ngalesi senzo esinesihluku okuphathwe ngayo owesifazane waseNdiya eSaudi Arabia. Lokhu okwenzekile akwamukelekile neze. Inxusa lethu liyaxhumana nesisulu,” kusho uNgqongqoshe wezangaPhandle eNdiya uSushma Swaraj ebhala kuTwitter.

Ingalo kaKashturi Munirathinam, 58, ishumpulwe ngumqashi wakhe waseSaudi Arabia ngoLwesibili ebusuku ngesikhathi ezama ukweqa.

OLUNYE UDABA: Isisebenzi ezinsolweni zokubulala umqashi

Kuthiwa umqashi wenze lokhu ngemuva kokuthi isisulu sibikele iziphathimandla ngokuhlukumezeka esisebenza ngaphansi kwaso.

Lo wesifazane kuthiwa uyelulama esibhedlela kanti umndeni wakhe usucele uhulumeni waseNdiya ukuba ulekelele ekumbuyiseleni ekhaya.

Isisulu sinezinyanga ezintathu sifikile eSaudi Arabia.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 325 votes
No! It's time to move on ...
36% - 180 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.75
+0.8%
Rand - Euro
20.37
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
907.10
-0.6%
Palladium
987.00
-1.8%
Gold
2,327.23
+0.5%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,289
-0.4%
All Share
74,252
-0.4%
Resource 10
61,497
+1.7%
Industrial 25
102,616
-1.3%
Financial 15
15,836
-0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE