Share

Umzimba uyaqhubeka nokusebenza noma usushonile!

Cape Town - Amakholwa uma ekhuluma ayaye athi "le ndaba ayipheleli emathuneni", noma abaningi bethu bengenakho ukuqonda okuphelele ngalesi sitatimende, zikhona izinto emzimbeni womuntu, ngempela eziqhubekayo nokusebenza noma umunu sebemshiye emathuneni.

Nazi ezinye zalezo zinto:

Ukukhula kwesinwele nezinzipho

Noma umphefumulo usuphumile, izinwele nezinzipho kuyaqhubeka nokukhula koshonile.

Uma usushonile, umzimba uphelelwa amanzi, kuhlume kakhulu izinwele nezinzipho.

Ungavukelwa

Lokhu kuvukelwa imvamisa kubizwa nge-"Angel lust", kwenzeka kakhulu uma owesilisa ezoshana elele ngesisu.

Uma usaphila inhliziyo iphamba igazi lihambele umzimba wonke kodwa uma ushona igazi lehlela ngezansi.... 

Umzimba uyanyakaza

Uma usanda kushona, ingqondo iyama ukusebenza. Kuyenzeka kube nezicubu zomzimba ezinyakazayo, lokhu kwenzeka uma umzimba uthumela umlayezo emgogodleni bese kunyakaza noma yisiphi isicubu ngenxa yokuthi umqondo usuke ungasasebenzi.

Ungazichamela

Umuntu ophilayo uyazinqumela uma efuna ukuyochama. Umzimba usebenzisana nomqondo bese ophisiwe eyachama.

Uma ushona, umzimba uyaqina amahora ambalwa, kuthi uma amamasela ethamba, kungenzeka oshonile azichamele.

Olunye ulwazi lutholakale ku-unbelievablefacts



 – 
"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 









We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 496 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE