Johannesburg - Owesifazane uboshiwe ngokuzenza intombazane esencane ku-internet, ukuze ezolala nabafana abancane!
U-Anna Areola-Hernandez, 24, wasendaweni yase-Arizona eMelika uzophinde afakwe emabhukwini abantu abanamacala ocansi, kubika i-USA-TODAY.
Funda nalolu daba: Kubulawe 5 eMexico kulwa izigelekeqe
Lona wesifazane wabanjwa ngonyaka odlule ngecala lokulala nabafana abancane, ukuqamba amanga ngeminyaka yakhe kanye nangokuzenza ingane.
Lona wesifazane wenze isivumelwano noMbuso nokusho ukuthi asibangabikho isidingo sokuqulwa kwecala.
Kuthiwa omunye wabafana akewalala naye wathola isifo esithathelana ngokocansi kulona wesifazane.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.