Share

Useyinkubela uSchumacher - Umngani

Paris – Inkakha yezimoto zomjaho uMichael Schumacher ukhubazekile usephila ngokuhamba ngesihlalo esinamasondo kanti unenkinga yokulahlekelwa umqondo ngokusho komngani wakhe  uPhillipe Streiff.   

Ngokubika kwe-The Telegraph  uStreiff owayeshayela izimoto zomjaho osondelene kakhulu noSchumacher naye usephila ngokuhamba ngesihlalo esinamasondo ngemuva kokulimala eBrazil ngo-1989.  

Ngesikhathi ekhuluma emsakazweni uStreiff ongowokudabuka eFrance uthe uShumacher uyalulama kodwa kunzima kuyena.

“Akakwazi ukukhuluma usekhubazekile usehamba ngesihlalo esinamasondo futhi unenkinga yokukhohlwa ,” esho. 

OLUNYE UDABA:Izithandani zimxolele umshayeli weLamborghini

Kubikwa ukuthi uStreiff wabonakala evakashele uSchumacher odabuka eGerman ngesikhathi esegunjini labagula kakhulu esibhedlela saseFrance iGrenoble. 

USchumacher oneminyaka engu-45 ubudala wasuswa kulesi sibhedlela ngoJuni wayiswa esibhedlela saseLausanne eSwitzerland nokuyilapho esethola khona ukunakekelwa. 

Kuzokhumbuleka ukuthi uSchumacher walimala ngomhlaka 29 kuiDisemba ngesikhathi edlala umdlalo we-ski eFrance lapho asala khona elimele ngokwengqondo.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 960 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE