New Delhi – Ingwe kuthiwa idumele umfanyana yambulala ngemuva kokuthi ewele lapho ibuvalelwe khona endaweni okubukiswa kuyo ngezilwane eNdiya, kusho ozibonele.
“Kubonakala sengathi umfana nguye ogxumele lapho kuhlala khona lesi silwane sase siyamhlasela,” kusho imenenja yale ndawo uRiaz Khan etshela i-AFP.
OLUNYE UDABA:
Uyalulama owesifazane obulale ingwe“Sizama ukuthola ukuthi lo mfana uyenziswe yini le nto ayenzile. Udaba lusezandleni zamaphoyisa nokuyiwona aqhuba uphenyo.”
Kuthiwa ingane idwengulwe yilesi silwane yaze yashona ngemuva kwemizuzu engu-15, kungekho ozamayo ukuyisiza.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.