London – Umama waseBrithani owabulala indodakazi yakhe eneminyaka engu-8 ubudala uthi "wayethakathwe" yintombi yakhe ayesethandana nayo.
UPolly Chowdhury, 35, uthi wadlala intombi yakhe entsha imlutha kanti ifuna ukulala naye.
Uthi yize babengakaze bahlangane nale “ntombi” yakhe njengoba babexhumana kuFacebook, yakwazi ukumjuda ukuthi axoshe umyeni wakhe bese ethandana nayo.