Share

Uthole esentambo owasacaza ingane kubangwa eyokupaka

Beijing – Uzobulawa owesilisa waseChina owabulala ingane eneminyaka emibili ubudala ngokusho kwenkantolo. 

UHan Lei walahlwa yicala lokusacaza ingane phansi ngemuva kokuba exabane nonina wayo kubangwa indawo yokupaka imoto eBeijing ngoJulayi wonyaka odlule.  

Kubikwa ukuthi ngemuva kwalokho wangena emotweni yakhe washaya wachitha nomngane wakhe. Umbiko uveza ukuthi le ngane yashona ngemuva kwezinsuku ezimbili ngenxa yokulimala kanzima ekhanda.

OLUNYE UDABA: Akubuye isigwebo sentambo - Umbono

UHan oneminyaka engu-40 ubudala wathola isigwebo sentambo ngesenzo sakhe.

Kubikwa ukuthi wasidlulisela phambili isigwebo sakhe eSupreme Court nayo yafika yamgwebo isigwebo esifanayo.

Kubikwa ukuthi akaqali ukuphambana nomthetho uHan njengoba phambili wagwetshwa impilo yakhe yonke ngokweba imoto ngo-1996 kodwa ngo-2012 wadedelwa ngoshwele.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
25% - 28 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
75% - 85 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.67
-0.2%
Rand - Euro
20.20
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.22
+0.0%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
982.40
+0.6%
Palladium
1,034.50
-1.5%
Gold
2,384.92
+0.1%
Silver
28.72
-0.5%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
68,349
0.0%
All Share
74,519
0.0%
Resource 10
63,879
0.0%
Industrial 25
100,148
0.0%
Financial 15
15,828
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE