Dower - Ithukuthele iyaveva indoda yaseDover ephaphame esibhedlela ngemuva kokuhlinzwa, yazithola igqokiswe iphenti elinombala ophinki.
U-Andrew
Walls, 32, uthi ungene esibhedlela eyokwenziwa okubizwa nge-colonoscopy, kusho abezindaba zeHuffington Post
Funda nalolu daba: Uyaveva oboshwe ngoba "emnyama ngokweqile"
Ube esehambisa amaphepha enkantolo ebopha odokotela baseDelaware Surgery Center.
"Ngesikhathi
isiguli singena esibhedlela sasingagqokile iphenti lomuntu wesifazane.
Kunothile owaligqokisa isiguli ngele ndlela, lokhu kwenziwa ngenhloso,"kusho
amaphepha ahanjiswe enkantolo.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.