Share

Uzibulele owaliwe nguyise wabantwana bakhe

London – Obesifazane obezithwele ugwilizise izingane zakhe ezintathu obhavini ngaphambi kokuthi azibhale ukuthi uyazithanda maqede wazibulala ngokusho kwamaphoyisa.

Ngokubikwa kwe-Daily Mail amaphoyisa afice uFiona Anderson esacazeke phansi ebhilidini elide abehlala kulo nezingane zakhe ezintathu.

Ngemuva kokutholakala kwesidumbu sika-Anderson sisacazeke eduze kwendawo yokupaka izimoto aphoyisa abe eseqonda endlini lapho ebehlala khona azithela kwizidumbu zezingane zibhalwe “Ngiyakuthanda, x” ngento yokugcoba umlomo eziphongweni.

Amaphoyisa kubikwa ukuthi aphinde ahlangabezana nenomunye umbhalo odongeni lwendlu “Ngiyabathanda ngizobagcine bephephile.”

OLUNYE UDABA: Uzibulele umfundisi owabulala efuna ukulala nesidumbu

Kubikwa ukuthi u-Anderson obeneminyaka engu-23 ubudala ubulala izingane zabafana ezimbili nentombazane eyodwa ezineminyaka ezingaphansi kwemithathu zonke ngokwehlukana kwayo. 

Ngokombiko kuvela ukuthi lokhu ukwenziswe wukuthi waliwe nguyise wabantwana bakhe omtshele ukuthi usethole obunye ubudlelwano obusha.

Lesi sigameko siqhaqise abaningi edolobheni laseLondon lapho senzeke khona ngoLwesine.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 451 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.5%
Rand - Pound
23.78
-0.3%
Rand - Euro
20.44
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
922.10
-1.0%
Palladium
1,028.50
+1.3%
Gold
2,325.72
-0.1%
Silver
27.28
+0.4%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE