Share

Uzobabela enkantolo obelashelwa ubutabane

China - Owesilisa waseChina  uthi uhlela ukubeka icala umtholampilo owelapha ngokwezengqondo ngokumshokha ngogesi uthi wenzela ukuthi angabi yisitabane, kanjalo nesikhondlakhondla senkampani iBaidu ngokukhangisa lesi sikhungo.

IBeijing LGBT Center, nekhankasela amalungelo ezitabane, ithe leli yicala lokuqala lalolu hlobo eChina.

IChina yakufaka ngaphansi kwezifo zengqondo ubutabane ngo-2001.

 UMqondisi walesi sikhungo, uXin Ying, uthe ezinye zezibhedlela nemitholampilo isaqhubeka nokuzama ukushintsha laba abathi bayizitabane.

Uthi wethemba ukuthi leli cala eliqhubeka eNkantolo yesiFunda saseHaidian, eBeijing, lizoholela ekutheni uqedwe nya lo mkhuba.

UYang Teng, 30, watshela abezindaba ze-Associated Press ukuthi ukwelashwa lokhu kwamulimaza ingqondo nasemzimbeni.

Uthi waziyela ngokwakhe okokuqala ngoFebhuwari ngesikhathi ethola ingcindezi kubazali bakhe ababethi akashadelwe bese ethola umntwana. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 582 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 822 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE