Cape Town - Umama osemncane umangaze abaningi emshadweni ngesikhathi enqaka isixhanti sezimbali eziphoswa ngumakoti - wadedela ingane yasacazeka phansi.
Kuthiwa ozinqakayo lezi zimbali kuba nguye olandelayo ukuba ashade.
OLUNYE UDABA: Usezinqake wakhathala izimbali, kepha lutho umshado
Akucaci ukuthi le video yathathwa kuphi, nini kanti futhi lo wesifazane ungubani.
Ngenhlanhla ingane ayizange ilimale kulesi sigameko.
Buka nansi i-video ngezansi: