Share

Ashonile amawele azalwe enomzimba owodwa

Dhaka – Amawele amantombazane abezalwe enomzimba owodwa namakhanda amabili ashonile eBangladesh ngaphansi kwesonto ezelwe, kusho isibhedlela ebesiwelapha ngoMsombuluko.

Izinkulungwane zabantu bezitheleka zithelekile ukuzovakashela la mawele, azalwe enamakhanda amabili, izinhliziyo ezimbili nomzimba owodwa.

Lezi zingane zibe sezingeniswa egumbini labagula kakhulu eDhaka Medical College Hospital, okuyisibhedlela esikhulu kunazo zonke eBangladesh, lapho bezelashwa khona yithimba eliyisipesheli lodokotela.

OLUNYE UDABA: Kushone izingane ezimbili umuzi wakubo wokhelwa ngomlilo

Kepha lezi zingane zibe sezidlula emhlabeni ngeSonto ngenxa yenhliziyo ebingashayi kahle.

“La mawele abevele engekho esimweni esihle kusukela ezelwe,” kusho inhloko yalolu phiko esibhedlela u-Abid Hossian Molla.

Ubaba wamawele, uJamal Mia, uthe azongcwatshwa eDhaka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 24 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 701 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 327 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,031.00
-0.4%
Gold
2,380.41
+0.8%
Silver
28.28
+0.2%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE