Quetta – Balinganiselwa kwababangu-9 abantu abashonile kwalimala abangaphezulu kwabangu-100 ngoLwesibili ngesikhathi isitimela siphuma emzileni waso esifundazweni saseBaluchistan ePakistan, kusho izikhulu.
Funda nalolu daba: Ashonile amawele azalwe nomzimba owodwa
Ingozi yenzeke ngasedolobheni laseQuetta, kulandela ukwehluleka ukusebenza kwamabhuleki esitimela ngesikhathi sisendaweni eyehlelayo, kusho u-Akbar Hussain Durrani izikhulu kwabe-AFP.
Izingozi zezitimela zivamile ukwenzeka ePakistan.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.