Share

Kutholakale usana lubekwe emkhombeni wezinkomo esontweni

New York – Kutholakale usana olusanda kuzalwa, inkaba ingakasikwa, lubekwe emkhombeni wezinkomo esontweni eliseNew York, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

Lolu sana obeluqandula lutholwe amalungu ebandla eHoly Child Jesus Church ngoMsombuluko, lugoqwe ngethawula, kuqhuba amaphoyisa.

UFata Christopher Ryan Heanue, ongomunye wabaphriste kuleli bandla, uthe abakholwanga ngesikhathi bezithela kulolu sana.

OLUNYE UDABA: Kutholwe usana lulahlwe ngasezindlini zomsakazo

“Okuhle ukuthi umama wale ngane unqume ukuzobeka le ngane esontweni – okuyikhaya labaswele vele,” kusho uHeanue.

“Izithandani ezisencane ebandleni lethu zingathanda uku-adoptha lolu sana,” esho.

Abosizo lokuqala bahambise le ngane esibhedlela kanti amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko.

Ngokomthetho waseNew York, abazali bangazishiya izingane zabo ezindaweni eziphephile uma bengazifuni, inqobo nje uma zithola ikhaya elifudumele.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 582 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 602 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.80
+0.5%
Palladium
1,036.50
+1.0%
Gold
2,325.02
+0.1%
Silver
27.35
+0.2%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
0.0%
All Share
74,011
0.0%
Resource 10
59,613
0.0%
Industrial 25
102,806
0.0%
Financial 15
15,897
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE