Share

Kuthungathwa ubasolwa ngokudubula ingane ilele

Los Angeles – Amaphoyisa aseLos Angeles athungatha abesilisa ababili mayelana nokudutshulwa kwengane yentombazane enonyaka owodwa ubudala, ilele embhedeni wayo.

Izikhulu zithi zikholelwa ekutheni abasolwa bebeqonde ukudubula ubaba wale ngane, oyingxenye yeqembu lezigelekeqe lasendaweni.

Lesi sigameko senzeke ngoLwesibili eCompton, eningizimu neLos Angeles.

Abazibonele bathi babone ushayasibhamu edubula ebhekise lapho kuhlala khona le ngane nabazali bayo.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa amadoda amabili eThekwini

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko, aphuthumisa le ngane edubuleke ekhanda esibhedlela, kepha yahlonzwa njengeshonile ifika.

"Kubukeka sengathi kuqhamuke abantu badubula bebhekiske komunye umuntu, ingane yahlangana nezimbila zithutha,” kusho owamaphoyisa uLieutenant John Corrina.

ICompton ithathwa njengelinye lamadolobha anodlame kakhulu eLos Angeles.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 204 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 441 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.4%
Rand - Pound
23.93
-0.4%
Rand - Euro
20.49
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
948.70
-0.2%
Palladium
1,023.00
-0.6%
Gold
2,381.60
+0.1%
Silver
28.27
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,691
-0.7%
All Share
72,733
-0.7%
Resource 10
63,070
-0.4%
Industrial 25
97,548
-0.9%
Financial 15
15,358
-0.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE