Share

Obesenyamalale 10 weminyaka uthokalale e-Internet Cafe

Hangzhou - UXiao Yun wanyamalala ngo-2005 kanti umndeni wakhe ubusucabanga ukuthi akasekho emhlabeni.

Kodwa ubehlala kuma-Internet cafe ahlukene edolobheni eliseduzane selokhu ahamba ekhaya eneminyaka engu-14 ubudala ngemuva kokuxabana nonina.

Le ntombazane esineminyaka engu-24 manje ubudala yange unina kwavuka umunyu nakubazali  ngesikhathi behlangana ngempelasonto ngemuva kokutholakala kwayo eHangzhou, okuyindawo engamakhilomitha angu-100 ukusuka kubo, kubika iQianjiang Evening News.

Funda nalolu daba:  Uzobhadla engu-15 ejele owazama ukubulala umyeni

Izihlobo zakhe besezililahlile ithemba, zicabanga ukuthi usashona njengoba besekuphele iminyaka eyishumi agcina ukubonakala.

Kodwa uze watholakala ngoLwesihlanu odlule ngemuva kokuba iphoyisa limthole esebenzisa igama okungelona elakhe langempela  ku-internet e-Internet cafe eseHangzhou.

Ngesikhathi ephekwa ngemibuzo, uXiao Yun kubikwa ukuthi ugcine evumile ukuthi ubehlala kuma-Internet cafe ehlukene selokhu ahamba ekhaya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 547 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 788 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE